check it out now and listen...
www.myspace.com/jookz
Rap YesiZulu// Isiyindume Zulu-FREEstyle YesiZulu
Started by KayGee, Jan 13 2006 12:52 PM
248 replies to this topic
#241
Posted 22 July 2009 - 10:05 AM
I Mugabe the game Uff competition it's just ME!
#242
Posted 28 July 2009 - 11:46 PM
#243
Posted 03 February 2011 - 08:26 AM
Isizulu4lyf
#244
Posted 03 February 2011 - 08:27 AM
:mrgreen: irhyme yesizulu/kayilawuleki njengoshaka zulu/lento ngithanda ukuyibeka ezingeni ephezulu/sisonke majita erhyme yesizulu/
#245
Posted 03 February 2011 - 12:02 PM
Majita yenzani lento enidume ngayo
#246
Posted 03 February 2011 - 03:50 PM
Every day uma ngivuka ngizibuza/ngalabo bhuti abebehlala emakhonini kanye nabashana/berhyme,berap kume wonke umuntu azibukele imicrophone idlal'abashana/but now sengize ngayithola impendulo yomampela/even nanoKayGee angafakazela/ukuthi sabahla lapha/usuku nosuku kuyabhalwa lapha/uma ngingase ngiqhubeke ngangase ngithole isbhaxu samajita/
#247
Posted 03 February 2011 - 08:17 PM
Kuduma izulu/plus ngikwazulu/ngihleli namazulu/sikhuluma iszulu/mantombazane akwazulu/kanye nensizwa zakwazulu/ngith'irhyme yesizulu/ngithanda ukuyibeka ezingeni eliphezulu/ngeke ungeze lutho ngerhyme yesizulu/ngihambela phezulu ngerhyme yesizulu/ngisathi shwiiiii ezitolo zakwaZULU.....
#248
Posted 05 February 2011 - 09:01 PM
Irhyme yami enjengesikhali/ikwazi ukukweza uskhotheni/ukhohlwe abangani kanye nabazali/engani esemthethweni,ibhalwe ngisho ezulwini/i jst flow njengomama epheka ekhishini/irhyme yami ayilawuleki njengevila umalishayekile eswini/uma ungakholwa ulivaki/coz nane.under iyafakaza entweni/
#249
Posted 05 February 2011 - 09:01 PM
Irhyme yami enjengesikhali/ikwazi ukukweza uskhotheni/ukhohlwe abangani kanye nabazali/engani esemthethweni,ibhalwe ngisho ezulwini/i jst flow njengomama epheka ekhishini/irhyme yami ayilawuleki njengevila umalishayekile eswini/uma ungakholwa ulivaki/coz nane.under iyafakaza entweni/
1 user(s) are reading this topic
0 members, 1 guests, 0 anonymous users













