Rap YesiZulu// Isiyindume Zulu-FREEstyle YesiZulu
#21
Posted 25 January 2006 - 01:32 PM
So that ngizon’zwisi isigqi sakithi
Ngiy’khiph’ irhyme kube ub’khithikhithi
Bavithik’ onhlenhle nez’thithi
Ngoba ngiyaz’ omrephanyana can’t take it (omrepha in general)
This shit is too hard for ‘em fake kids
Utshela abantu ukuthi uyirapist (or rap artist)
At the same time awazi nokuthi ilelephi East
Talkin’ too much, uthi at the battles you’re beast
Ukhaful’ amasimba, something u can’t eat
Mfana mawungafun’ uk’hlukana nale mind set
At the end ikhand’ lizonkenketha
So bafethu aseyekeni lok'maketha
Siphakamisen ezakithi nazo ziqhwakele
#22
Posted 26 January 2006 - 06:46 AM
#23
Posted 26 January 2006 - 08:05 AM
Quote
NJENGEBHAKEDE ELINEMBOBO NGAPHANSI ABAGCWALI
VELE VELE YINI LABANTWANA BANGABHALI
BANGENE KULE COMBRADES MARATHON YO LWAZI
YAMAGAMA AGIJIMA PHEZUKWEPHEPHA ANGAKHATHALI
NGIYIPANSULA ELI-ROMANTIC i got love for ABAFAZI
but i might have chased them away NGE-OKAPI
MANGIVITHIZA I HIP-HOP NGOLWIMI LWASE KASI
NGIGWAZA AMA-PUNCHLINE IPHEPHA LIPHUME IGAZI
but i know UKUTHI BAKHONA ABANTWANA
ABABEDLALA NGAMAGAMA
way before 'USINYAKA' A'CHISA IMPAMA'
KODWA MANJE BAYASABA
UKUBONISA IKHONO NGOLWIMI LWASE KHAYA
so NJENGO 'FELICIA' NGIYA'BUZA'
ILELE YINI SISI I-keyboard IDINGA UKUVUSWA?
cause without ILANGA ANGEKE KUSE
NENKOSI WITHOUT u QUEEN ANGEKE IBUSE!!! :P :arrow:
COME ON GIRLS WE NEED TO SEE YOU FLIP NGE-VENEC, WHERE ARE YOU? :?: :cry: :cry:
and make it too dangerous for germs to sit on
#24
Posted 26 January 2006 - 08:30 AM
Let keep this thing real. Ayenzeke mayenzeka.
#25
Posted 26 January 2006 - 10:10 AM
Yo Clockwise i here you baba, i know that line kaBozza and by the way Skwatta was still tyt during the Khut N Join album but i use itaal yase kasie not that i stole the line ukuthi its basically the environment engiphuma kuyo, where we use lines like...
Uchomela ugogo ngomdoko
Uchomela ipansula ngomdova
Uchomela ichina nge rice
Uchomela uscruff nge dice
Uchomela indiya ngopelepele..
THIS IS MY STORY BABA I JUST LOVE HIP HOP AND I FLOW YASE KHAYA TOO MUCH... I WILL NEVER FAKE IT
Keep it tyt ma outie
Much love , ngishaya i sekeni[/quote]
#26
Posted 30 January 2006 - 01:13 PM
Siphush' ub'lokshi wayawaya.
#27
Posted 30 January 2006 - 02:11 PM
Quote
anyway a lil' freestyle I'm feelin...
Yavutha imbawula/ lihlo les'thathu ungacimezi/
umqond' uyang'lawula/ respekt to tha street sengayi hlawula/
lezitha ez'gawula/ amasu ohlwini lwam ng'z'hlaba inkemb' ehlweni/
ng'nembe' es'thweni, sangasese/ ng'khuphule' zingeni/
ezok'xoxa ngiz'ngeni/ like a telkom coin phone yangama '80's, aweneli/
fakaza ng'qhub' ingcindezelo, njengo hulumeni/
umpetha wepeni/ umgosi' uphelile, mawuthand' iindaba/
umkhos' usuphelele/ attack in angles like tha horn formation yakaShaka/
ng'shiy' izandla, amaphepha/ konke amapeni nomqondo kub'thakathaka/
ungazi nolaka/ lyrically soulful, uk'fana nejazz kaDon Laka/
is'khath' as'manga/ asik'lindanga, ak'nafakaz' ongabonanga/
ng'wumzulu ak'won' amanga/ng'fak' is'bhaxu ntanga/
kwabangazazi indabuko ng'jwayel' uk' bashisa uk'dlul' ilanga//...
respekt.
pressssssss...Konference
#28
Posted 10 February 2006 - 01:44 PM
Umu Africa woqobo......
amarhyme ku KayGee alahlile
Njengetrans mfana apakile
njengethekeni yakho ivulile
kwirap manje ngifikile
amafake sengiwadlulile
izifebe sengizihlabile
baclaimer ukuthi bafixile nami ngifikile
umhlaba sengiwubonile
nami istini sengisitholile
amabhujwa wonke athulile
izinja sengizimoshile
ngiyisboshwa, ngiyamosha, sebezosha,
bayabhosha, bayaflopper, ngisatshwa amasosha
bonke bayangisha
plus i friday awunginike ibhiya ngikhiphe ukushisa
ufuna ukuthini lo
iphi imondolo, phakamisa inombolo
uzame nawe ukuphusha impilo
i rhyme lesizulu ngizama ngalo nami ukubamba isimilo
#29
Posted 10 February 2006 - 07:56 PM
antiklokwize said:
ukuk'lalel' urhyma ngath' yispeech sikaMangosuthu/
or u Desmond Tutu/ungang'sabisi ng'zok' shis' unuk' intuthu/
ng'zok'vithiza mfana ng'kshiy' uyi mvuthu/crumbs zophuthu/
lez' ez'dliwe khulukuthu/yinqwaba yamabutho/mina ng'z'shayela nges hluthu/is'Zulu sam s'hlul' amabhulu (eplazini), s'nzulu ngath' ng'sland eNqutu/
kodwa ak'sho lutho/k'mele ng'z'fundise nes'Sotho/ke gone ho bolela, ho thlaloganya le ho mamela/
mas'qale kwakhona/k'dala ndik'bon' uze nomona/tha likes of you, ufana nentsimi etyalw' umbona/uqale' ntwasa hlobo ude ugqibe nge hlobo/uthath' six months, uk'bhal' irhyme ekhule ngengqondo/
that's a lil' part of it, maybe I'll post tha rest sumtime.
peace&respect.
This iz sick!..One of the best in this page
2005 AHH's Best Lyricist/Battle King...Now take it like a man!!
#30
Posted 14 February 2006 - 10:56 AM
Quote
Quote
ukuk'lalel' urhyma ngath' yispeech sikaMangosuthu/
or u Desmond Tutu/ungang'sabisi ng'zok' shis' unuk' intuthu/
ng'zok'vithiza mfana ng'kshiy' uyi mvuthu/crumbs zophuthu/
lez' ez'dliwe khulukuthu/yinqwaba yamabutho/mina ng'z'shayela nges hluthu/is'Zulu sam s'hlul' amabhulu (eplazini), s'nzulu ngath' ng'sland eNqutu/
kodwa ak'sho lutho/k'mele ng'z'fundise nes'Sotho/ke gone ho bolela, ho thlaloganya le ho mamela/
mas'qale kwakhona/k'dala ndik'bon' uze nomona/tha likes of you, ufana nentsimi etyalw' umbona/uqale' ntwasa hlobo ude ugqibe nge hlobo/uthath' six months, uk'bhal' irhyme ekhule ngengqondo/
that's a lil' part of it, maybe I'll post tha rest sumtime.
peace&respect.
rhymetodieThis iz sick!..One of the best in this page
...word Rhyme for recognising...I noticed yu one post short of a 1000 posts :!:
peace dun.
pressssssss...Konference
#31
Posted 14 February 2006 - 12:34 PM
Uyazi nawe ivernec iyaphushw’ vele kanjalo
Luphelil’ uvalo, ay’sekh ingebhe
Ziphume zonk’ izinja zami kwagqashuka amaketango, so yek’ uk’tetema
Awu vel’ ung’yeke, mawungavrestan, I’ll send u to kasi skool
Bathi iKazastani, ngoba vele ipheth’ istyli
And ivutshelwe koDurbs, phansi koMlazi
Ngingay’shiyi neGamalakhe, ngoba nakhona abefethu eDC bayasho
Forget about the crime. Cos like Biggie said
Amastereotypes omntomnyama misunderstood
So, velu khohlwe futhi, cos if you think you can match
This shit izokhathaza bhuti, and will move your feet
With or without ibeat, veli irhythm niyayazi eyakithi
#32
Posted 21 February 2006 - 11:19 AM
bangakubhekeli phansi
from vosloorus all the way to emlazi
siphakamise i flag sibakhombise abangalazi
and spread venecular njengesifo so-cansi
whether ushaya i-chiskop or unesihluthu
time 4 heads 2 get out of shells, ningazenzi ofudu
put away the carvaseur ubambe ingudu
and listen to the heart beat of the SA sgubhu
njalo mawubona intuthu, ngathi khona oshisa impepha
yimina okhafula amalangabi phezukwe 'phepha...
big ups to all the cats that keep this thread going 'keep the SA flag high' ... :D
and make it too dangerous for germs to sit on
#33
Posted 22 February 2006 - 08:08 AM
Mfanakithi uthulelen’?or ufuna ngik’tshelen’?
Amarhyme agcwele umgodla, aw’khipe eyakho naw’ indodla
Or ubuyele ecelen’, usuli iimbici emehlwen’
Uhlanganise uhlungisise, uliphathe ihluzi elihle
Uwadlalise amagama, ilok’shin’ rap isgubh’ solova
Ngoba la kukhona ondoda, so noBee angakhonkotha
Futhi ngizon’nika, ngin’mithise, ngalamarhymes ngin’suthise
Ngididiyele ngin’sanganise, kule line ngin’dunusise
Ngingashiy’ uk’fundisa kulefreestyle ngin’busise
Ngezibusiso zabakithi, abathi nami ang’bhale ngithi
Ngibashiye bekhexi im’lomo, kuze kukhal’ ney’mfamona
Nabalumayo bathol’ uk’loya, bawathwebul’ amazwi kalova,
Noma bebethi ivernec ay’na msoco, kodwa kulonyaka yimin’ osinayo
Futhi kulotime uBee omashayo, nalamasosha vele ay’shovayo
Kuphakami iflag, aphume ozizwayo?,
Awusukumise umz’ ka Cetshwayo
UZulu Omnyama obheke ezimhlophe
Sengish’ uSuthu ol’mabhesh’ ankone
Nabo abakithi oSongololo. OLamula oHlabaz’hlangane
(Awuthi ngiz’beke before nisangane) Hhm Hhm
#34
Posted 22 February 2006 - 08:15 AM

#35

#36
Posted 22 February 2006 - 09:14 AM
mmmrepha said:
bangakubhekeli phansi
from vosloorus all the way to emlazi
siphakamise i flag sibakhombise abangalazi
and spread venecular njengesifo so-cansi
whether ushaya i-chiskop or unesihluthu
time 4 heads 2 get out of shells, ningazenzi ofudu
put away the carvaseur ubambe ingudu
and listen to the heart beat of the SA sgubhu
njalo mawubona intuthu, ngathi khona oshisa impepha
yimina okhafula amalangabi phezukwe 'phepha...
big ups to all the cats that keep this thread going 'keep the SA flag high' ... :D
#37
Posted 07 March 2006 - 12:27 PM
Siyay’shisa lento, ak’siwo umlilo wamaphepha
Since iqalile, siyibetisa okompetha
Like A..li, angeke s'hluleke soqeda
Deep in this underground sizobakhiphela ngempele
Siwashe nemiqondo ecath' ukrhyma kubiz' imali
Sithi fuck.. fake cats eyeth' irap inay' inhloso
Nje...ngo mkhonto kaShaka, ib'khali manxawonke
So ungas'zeli ngobuso cos imbadada izogcwal' umlomo
Uvele ugule more. Cos ujoviwe ngale HipHop
Or ugcwale more ngalamajida agingqa amaBombs
Umzimb' uyobayobe, ak'son' isporo lesi lova cava kahle
Alingawi iflag malova. Keep representin' for real
#38
Posted 16 March 2006 - 08:23 AM
Ye mina i-beat eyam’, nale spit vele esam’
Ngishay’ is’shaxav’ samathe kudideke namalani
Abuz’ ubani, losekhiph’ isigqi sabantu
UBee mfana lo, lov’ uzophenduki indadavu
So mus’ uk’casuka mangiy’susa ngoba ngizok’sula kulol’suku
Indaba yakh’ kub’ umsuzo, tsotsi uphelel’ emoyeni
Ngik’nik’ into yasentweni, cos this time aw’ngen’ em’nothwen’
Irap i-ilife, and futhi iyashaya njengo mhlaba
So, please, ungas’thathi kancane, bhasobh’ us’buy’selaphansi
Ngala magamanyana, bitch tikilay’n udlala ngabantu
Sekuth’ angik’ muhluzengempama, ngik’hlikize nangonyawo,
Ngob’ aksiy’ irap leyo, amahebez’ uqobo lwawo.
#39
Posted 16 March 2006 - 11:39 AM
akukholakali, irap yesizulu isihlelli esitezi
beesting ubesiwarisheka ethi uKayGee akasezi
mina nawe kulento awazi yini imenzi akaphezi
Ngesizulu ngivala zonke, sure kuseyizo lezi
jy verstaan ukuthi ubani inkunzi
kudala siphusha levernac irap ingakabi nesithunzi
#40
Posted 30 March 2006 - 10:29 AM
1 user(s) are reading this topic
0 members, 1 guests, 0 anonymous users